Vuselela amasiko angabasiza abantu besilisa bakwaZulu

16

Let’s get to 25 signatures!
Petitions with 1,000+ supporters are 5x more likely to win!

The Issue

Ngicela ukuphakamisa le ndaba ebucayi eyenzeka kwabantu besilisa  bakwaZulu, lapho esesibona khona ukulahlekelwa kwenhlonipho nanendlela yokuziphatha yabantu besilisa,Okugcine kwenze umuntu wesilisa wakwaZulu emehlweni omhlaba nakwezinye izizwe angabi nakho ukuhlonipheka nokuba nesithunzi.

Benginesicelo sokuthi isilo sike siyifukamele lenhlangano lapho khona sizokwazi ukuthi sikwazi ukuthola ukufundisa nokuqeqesheka ukuthi umuntu wesilisa uziphatha kanjani nanokuthi iyiphi indima ayidlala emphakathini nasemndenini wakhe. 

Ngiyafisa kube Inhlangano eyenzeka kanye onyakeni ngoba ukwakheka kwendlu akwenzekanga ngosuku olulodwa,isifiso sami ukubona abadala nabancane bakha ikusasa eliqhakazile likaZulu.

Ngicela usayine lephethishini ukweseka omkhulu umsebenzi wokugcina amasiko okuhlonipheka kwabantu besilisa bakwaZulu.

Petition Updates

Share this petition

Petition created on 13 September 2026